Overview
- Votes:
Subscribe to Sabelo Mthembu RSS Feed to get latest lyrics and news updates.
Sabelo Mthembu - Ofana Nawe lyrics
Ang'kaze ng'bon' ofana nawe kuwo wonke lomhlaba
Ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba
uNkulunkulu watshala kuw' imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile
Wentombazane ungadel' ubuhle obuvela phakathi
Akaz' abon' ofana naw' amehlo ami, akaz' abon' ofana naweSabelo Mthembu - Ofana Nawe - http://motolyrics.com/sabelo-mthembu/ofana-nawe-lyrics.html
Anginandaba nemvelaphi yakho ngish' isiqu sakho
Ngithand' indel' ophath' abantu ngayo nokuzotha kwakho
Khumbul' ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungaw'jika ngish' umphefumlo
Wentombazane kuko konke oyiko ngithand' inhliziyo